
NIKELELA UQEDA UKUTHULA
Sibambisene ne-POWA (People Opposing Women Abuse), Inhlangano yaseNingizimu Afrika Engekho Ngaphansi Kukahulumeni elwela amalungelo abesifazane futhi ehlinzeka ngezinsiza ezifana nezindawo zokukhosela, ukweluleka kanye nokucetshiswa ngokwezomthetho ezisulwini zokuhlukunyezwa. Ndawonye, kanye nangosizo lwakho, sethemba ukuthi singakuqeda ukuthi kungakhulunywa lutho mayelana nodlame olwenzeka ekhaya senze ukuthi labo abadinga usizo baluthole.
Lapha ngezansi kukhona lokho ongakhetha kukho kokuthi unganikelela kanjani umkhankaso othile:
1. Thenga iphakethe le-JOKO eyi-100
I-Joko inikela u-R1 ovela ephaketheni ngalinye ku-POWA ukuze kusizwe ngokwenza indawo ephephile lapho abesifazane.

4. Unikelele ngqo i-POWA
Sicela ufake u-JOKO kanye negama lakho njengerefurense uma ufaka imali.
Sicela ufake imininingwane yakho yokuxhumana nge-imeyli uyithumele ku- ruth@powa.co.za , Ukuze sikwazi ukusho ukuthi siwutholile umnikelo bese sikubhalela ukuze sibonge.
Irandi nesenti ngalinye linomsebenzi. Siyabonga ngokuthi nivule izinhliziyo zenu kanye nezikhwama zenu ukuze nisize ukwenza umehluko.